WhatsApp Image 2019-05-05 at 12.51.43BY: MENELISI NDWANDWE

Abalandaleli benhlangano yezombusazwe i-IFP bathi bafisa ukuba iphalamande lesifundazwe libuye oNdini uma iNkatha inqoba ukhetho.

Lokhu bakusho ngaphambi kokuba kuqale i-rally yokuphuthula umkhankaso wokhetho iSizonqoba oLundi Regional Stadium enhla nesifundazwe.

Kulindeleke ukuba uMengameli we-IFP uMntwana Mangosuthu Buthelezi ethule inkulumo engumphako wokhetho ntambama.

Abalandeli bathi bathembe i-IFP ikuthi ilungise udaba lomnotho, kanye nodaba lomhlaba kleli.

 

WATCH:

Share this...Share on FacebookTweet about this on Twitter