BY: THANDO MKHIZETRAFF

Amaphoyisa omgwaqo akwamasipala nawakwa- Road Traffic Management Corporation eThekwini asenxuse abashayeli ukuba balendele yonke imithetho yomgwaqo ngalesisikhathi samaholidi.

Sesiqalile isiminyaminyaminya emgwaqeni emikhulu kuleli njengoba abantu behambela izindawo ezahlukene zokuvakasha.

Izolo kubikwe ukuthi kushone abantu abalingiselwa ku 20 ezindaweni ezahlukene emgwaqeni yakuleli.

Okhulumela amaphoyisa kamasipala uParboo Sewpasard uthi bazoqinisa ezokuphepha ukuqinisekisa ukuthi bonke abantu bayayilandela imithetho yomgwaqo.

Share this...Share on FacebookTweet about this on Twitter