IMG_20190428_094042 (1)BY: MENELISI NDWANDWE

Inhlangano yezombusazwe iAlliance for Transformation for All isithembise ukuxhasa abagibeli bamatekisi uma inqoba ukhetho.

Ilunga lesigungu esiphezulu uDokotela Andile Hlatshwayo uthi beyi ATA bazoba ne rally namuhla eMnambithi, maphakathi nesifundazwe.

UHlatshwayo uthi lenhlangano yabo immele kakhulu izimfuno zabantu bamatekisi, futhi nabagibeli ngeke bebashiye ngaphandle.

UHlatshwayo uthi amalunga avele kuzifandazwe eziyishayagalolonye asekhona eMnambithi.

 

Share this...Share on FacebookTweet about this on Twitter