door-to-doorBY: MENELISI NDWANDWE

Njengoba kusele izinsuku ezingaphansi kuka 25 ukuba kuyiwe okhethweni lukazwelonke, lowo ogaqele isikhundla sokuba uNdunankulu ku IFP uVelenkosini Hlabisa uthatha umkhankaso wenhlangano awuse eNewcastle, eNyakatho yesifundazwe.

UHlabisa uqale ngokungena umuzi ngo muzi ku ward 11, oSizweni.

Kanti sixhumana bukhoma nentatheli yeVuma103 uMenelisi Ndwandwe obukhoma oSizweni.

Share this...Share on FacebookTweet about this on Twitter