ngwakoBY: THANDO MKHIZE

Inhlangano yabahleli bezindaba, i-SANEF isizwakalise okukhulu ukushaqeka ngokudlula emhlabeni kuka Ngwako Modjadji, nobeyi ntatheli enkantshu bomvu yePolitiki ye City Press.

Kubikwa ukuthi uModjadji udlule emhlabeni izolo ebsuku kulandela ukushayiswa imoto ebihamba ngesivinini esiphezulu, umshayeli wangama.

Oyiphini lika sihlalo we-SANEF uKaty Katopodis uthi inkulu indima edlalwe uModjadji kulomkhakha wezindaba.

Share this...Share on FacebookTweet about this on Twitter