TAXI1BY: MENELISI NDWANDWE

Inhlangano yamatekisi iSANTACO isigxeke isenzo sokuhlukunyezwa kwabantu besifazane nezingane.

Lokhu kuvele ngenkathi iDurban Central Region iqale ukunamathisela imibhalo ematakisini eChestervile Rank , enkabeni yeTheku.

Okhulumela iSANTACO klesifunda uSikhosiphi Sibisi uthi beyimboni abahambisani nokuhlukunyezwa kwabesifazane nezingane.

Uthi banone kukuhle ukuthi bephumele obala, klandela isonto elibe nezigameko eziningi zokubulawa kwabantu besifazane nezingane kuleli.

Share this...Share on FacebookTweet about this on Twitter