dundee july

By: Ntokozo Thembani

Oyimeya yase Ndumeni uSduduzo Mdluli uthi bayathokoza ukubona uhulumeni eqhubeka nokuseka umcimbi womjaho wamahhashi nobanjelwa eDundee enyakatho nesifundazwe.

UMdluli usho lokhu ngemuva komcimbi wokuthula ngokusemthethweni l-Dundee July nozobanjwa mhla zingu 20 kuyona lenyanga.

Uthi nakubasehlile isamba semali abazoyisebenzisa kulonyaka bayathokoza ukuthi umyango wezobuciko namasiko, ezemidlalo nokungcebeleka uthule uhlelo lokusebenzisa imizi yabantu njengezindawo zokulala.

Kanti omunye wabantu abazuze kuloluhlelo USibongile Ntuli uthi ukuthulwa kwaloluhlelo kuzokwenza omkhulu umehluko empilweni yabo.

Share this...Share on FacebookTweet about this on Twitter