THUMAMINABY: THANDO MKHIZE

UMengameli uCyril Ramphosa usegcotshiwe ngokusemthethweni kwesokuba uMengameli wezwe.

uRamaphosa ugcotshwe inhloko yamajaji uMogoeng Mogoeng eLoftus ePitoli.

Lomcimbi ubuhanjelwe izicukuthwane ezingu 4500 okubalwa kuzo izinhloko ziHulumeni kanye noMengameli bamazwe ababalelwa kumashumi amathathu kanti nezinkulungwane zabantu baseNingizimu Afrika zibe ingxenye yalomcimbi okokuqala.

uRamaphosa uthatha isifungo njengoMengameli wakuleli.

 

Share this...Share on FacebookTweet about this on Twitter