Nkosazana_Dlamini-Zuma_2014

By:Noluthando Mchunu

UNkosazana Dlamini Zuma uzofunfiswa ngokusemthethweni namuhla njengelunga lephalamende.

UDlamini-Zuma uzongena esikhaleni sikaPule Mabe nowasula ngengelunga lephalamende ngoba efuna ukugxila ezintweni zakhe zamabhizinsi.

Sekuphele iminyaka emihlanu uDlamini-Zuma agcina ukuba yilungu lePhalamende.

Walile ukuphawula mayelana namahlebezi athi uzonikezwa umsebenzi kwiKhabhinethi.

Ukungena kukaDlamini Zuma ephalamende nogaqele esobumongameli sekuqubule imbuzo mayelana nokushintshwa kweCabinet.

Unobhala weANC uGwede Mantashe uthi umongameli kuphela onelungeka lokuqoka amalunga eCabinet.

Share this...Share on FacebookTweet about this on Twitter