BY:Ntokozo Thembani

 
Amaphoyisa akulesifundazwe asekuqinisekisile ukuthi sekuvulwe icala lokubulala isaguga endaweni yaKwadambuza eMgungundlovu mapahakathi nesifundazwe.

Kuvele ukuthi owesilisa oneminyaka engu 43 ubudala uhlasele ugogo wakhe wamugwaza ,wamukhipha izicubu zakhe zangaphakathi wazidla  izintatha zanamuhla.

Okhulumela amaphoyisa uThembeka Mbele uthi lona wesilisa ube eseshaywa amalunga omphakathi njengoba ebanjwe ezama ukupheka omunye wabazukulu.

UMbele uthi lowesilisa ungeniswe esibhendlela kanti amaphoyisa amuqhaphile.police car

 

 

Share this...Share on FacebookTweet about this on Twitter