STRONG WOMANBY: MENELISI NDWANDWE

USomlomo weSishayamthetho uNontombeko Boyce usunxuse iminyango ukuba ibe nesabelo zimali esizobhekelela abantu besifazane.

UBoyce ukusho lokhu ngoba kuqhubeka iPhalamende labesifazane eNewcastle, enyakatho yesifundazwe.

Uthi abantu ababodwa abahlumulayo emnothweni, ikakhulu abesilisa.

UBoyce uthi ujabulile ukuthi oNgqongqoshe abafana no Peggy Nkonyeni kanye noNomusa Dube-Ncube bazibophezele ukuthi banezinhlelo zokuthi bande abantu besifazane abazohlumula emnothweni.

Share this...Share on FacebookTweet about this on Twitter